UMasipala wase Nkandla

Nkandlaumasipala wasekhaya osesifundazweni saKwaZulu-Natali ongaphansi kuka masipala wesifunda iKing Ceteshwayo District Municipality. Ammahovisi alo masipala asedolobheni laseNkandla okuyindawo lapho kwazwalelwa khona umongameli wangaphambilini wasNingizimu Afrika uJacob Zuma.

Nkandla Local Municipality

Lomasipla usendaweni yaseNkandla kukhona amahlathi lapho amabutho akwaZulu ayebhace khona ngesikhathi sempi kaBambatha kanye nempi kaNdandwe. Amabutho ayesebenzisa amahlathi aseNkandla njengendaow yokuzivikela ezetheni zawo.kwakuba nzima ukulwa nabutho uma ekuleli hlathi ngoba labe limnyama kakhulu futhi lene kakhulu kungabonakali ngaphakathi. Yingakho lendawo yabe ibizaw ngokuthi iNkandla eMahlathi Amnyama. ENkandla kukhona amadlinza amaqhawe amaningi akwaZulu okubalwa kuwo idlinza likaBhambatha kaMancinza elisesigodini saseNsuze. [1]

Izindawo ezokumapala

hlela

Izindawo ezikolomasipala ngokuhlukaniswa kokubalwa kwesizwe kwangonyaka wezi-2001. [2]

IndawoIkhodiUbungakho bendawo (km2)Isibalo sabantu
Chube5420131.603,056
Chwezi5420255.246,097
Cube5420370.124,417
Cunu54204113.787,067
Ekhukhanyeni5420553.946,842
Emangidini5420698.986,850
Godide54207128.1712,676
Halambu542086.90345
Isilokomane542096.11487
Izigqoza5421038.433,404
Izindlozi542117.74826
Kahile542126.06273
Khabela5421393.657,167
Kwamkwaza5421411.571,113
Magwaza5421512.491,275
Mahlayizeni5421658.395,310
Mangidini54217101.545,224
Mbhele/Amphuti5421846.263,676
Mdimela5421914.05606
Mhlatuze542205.94391
Mpungose54221109.667,608
Murasie5422210.10874
Ndikwe5422312.541,044
Ndindini5422410.56148
Ngono54225203.078,096
Nkandla Part 154226210.9217,424
Nkandla Part 2542373.972,783
Nkandla Part 35423844.6112
Nkonisa5422710.77893
Nkweme542288.20569
Ntuli5422956.28804
Nxamalala5423058.224,841
Uxutu5423111.45926
Vumanhlamvu542329.30643
Xulu5423337.583,598
Zindunduzeli5423410.66538
Zinkuzini5423514.18489
Zondi5423644.385,171

Imithombo

hlela
  1. "South African Languages - Place names". salanguages.com.
  2. Lookup Tables - Statistics South Africa[dead link]