Isixhakangqamu
uxhoxho lwezakhamzimba eziyizinkosa olwakha uhlaka lwangaphakathi lwengqamuzana
Isixhakangqamu siwuxhoxho oluyinkimbinkimbi, oluxhuma izinkosa (filaments) zezakhamzimba ezitholakala kwingqimbazana yawo wonke amangqamuzana, kuhlanganisa nalezo zezinungwana nezingunazana. Phakathi kwezimvelendeni (eukoryotes), ijija kusuka endenini yengqamuzana kuya olwelwesini lwengqamuzana futhi yakhiwa izakhamzimba ezifanayo eziPhilini ezahlukahlukene. Yakhiwa izigcoyi ezintathu eziyinhloko, izinkosancinci (microfilaments), izinkosa ezingaphakathi kanye namathumbuncinci (microtubules), futhi konke lokhu kungakwazi ukukhula ngokushesha noma ukuqaqeka kuye ngezidingo zengqamuzana.
![](http://upload.wikimedia.org/wikipedia/commons/thumb/0/09/FluorescentCells.jpg/300px-FluorescentCells.jpg)
🔥 Top keywords: Ikhasi ElikhuluSpecial:SearchXHamsterIzinyanga zonyaka ngesiZuluSpecial:RecentChangesWikipedia:Umnyango wamgwamandaJohn HlopheUCansiWikipedia:Izehlakalo ezimanjeIzitayela zocansiXVideosShakaCentral Imenti ConstituencySpecial:MyTalkWiki HowKing MonadaUkumunca UmthondoNgorongoro DistrictUkuvukela kweNtsha kwama-16 uNhlangulana we-1976Izibongo zenkosi uShakaWikipedia:General disclaimerUmNgcikisho wamazubaIFulansiUcansi LwendunuUkuhloniphisa (Zulu Euphemism)IndlwabuUser talk:DeborahjayINamibhiyaFile:XVideos logo.svgIzinganekwaneIbizoCW 24 NewsIzilwaneISpeyiniIsenzo Sokwandulelisa UcansiUkujulaRobloxUser talk:3atbulletzIsiJalimani