Category:Iziphicaphicwano
Iziphicaphicwano umdlalo owawudlalwa omkhulu nokhokho bethu besakhula, ngpba ngalezo zikhathi yayingekho lemidlalo yesimanje. Lemidlalo ibisebenza njengendlela yokufundisa abantwana nokubenza bacabange ngokushesha. Kwezinye zezindawo zasemakhaya basayisebenzisa, ngoba bengenayo lemidlalo yesimanje. Kesinye isikhathi Iziphicaphicwano zingaebenza njengendlela yokuzijabulisa nokulolonga umqondo
IZIBONELO ZEZIPHICAPHICWANO:
1.Ngikuphicaphica ngesitimela sentaba.
Impendulo: ishongololo
2.Ngikuphicaphica ngesambulela sentaba
Impendulo: ikhowe
3.Ngikuphicaphica ngomlilo ongahlalwa mpukane
Impendulo: umlilo
4.Ngikuphicaphica ngo nangu ube la
Impendulo: izeze
5.Ngikuphicaphica ngezimbambo zikaSathane
Impendulo: isiginci
6.Ngikuphicaphica ngo mama uyasuza izingane ziyabaleka
Impendulo: isibhamu
Amakhasi akuleqoqo "Iziphicaphicwano"
This category contains only the following page.
🔥 Top keywords: Ikhasi ElikhuluSpecial:SearchXHamsterImfundoTemplate:Infobox izweXVideosUCansiIsidakamizwaIzitayela zocansiIzinyanga zonyaka ngesiZuluUNelson MandelaWikipedia:General disclaimerUbuchwephesheIzibongo zenkosi uShakaIsichazamazwiIndlwabuWikipedia:Umnyango wamgwamandaInkoloImveloIfilimu lezocansiIzilwaneFile:XVideos logo.svgImbongiWiki HowIzinganekwaneWikipedia:Izehlakalo ezimanjeUkuhloniphisa (Zulu Euphemism)Isenzo Sokwandulelisa UcansiAmalungelo abantu eNingizimu AfrikaINkabazwe GiniVideo sharingIzithombe zobulili ezingcolileUmakhalekhukhwiniUmthondoUbuciko bomlomoUkumunca UmthondoSpecial:MyTalkUcansi ngomlomoUkuvukela kweNtsha kwama-16 uNhlangulana we-1976